Nolwazi Mabena
Ngifuna ukuya eZimbabwe
Ngizoya eZimbabwe ngo-lwesithathu
Kusasa ngizoya Kwa-Zulu Natal
Ngithenge ithikithi lendiza
Indiza yami izosuka ngobani isikhathi?
Indiza yakho izosuka ngobani isikhathi?
Ngizobe ngifufa ngayiphi indiza?
Uzobe ufufa ngayiphi indiza?
Kuphi lapho kufika khona abantu ababuya kwamanye amazwe
kuphi lapho kugibela khona abantu abaya kwamanye amazwe?
Kuphi lapho kugibela abantu abasuka ekhaya?
Kuphi lapho kufikela khona abantu basekhaya?
Ngizoyigibela ngobani isikathi indiza?
Likuphi isango lami lokugibela?
Likuphi igumbi lokuphumula?
Libiza malini lelo phephabhuku?
Sengifikile enkundleni yezindiza
Bekunjani ukuhamba ngendiza?
Ithathe isikhathi esingakanani indiza?
Ngizo hamba ngeholidi
Ngihamba ngomsebenzi
Ngizoba lana izinsuku ezine
Ngivakashele umndeni wam
Ngihlala endaweni enombhede nesidlo sasekuseni
Unalo ibalazwe?
Kuphi la kushintshwa khona imali
Sikuphi istobhi sebhasi?
Ngingayi thola kuphi itekisi?
Ngizothanda ukuya ewotela
Likuphi ihhotela?
Ngabe ikhona indlu encane egumbini?
Kunemibhedo emingakhi egumbini?
Ngingena kanjani ku-inthanethi?
Sikhona isidlo sasekuseni?
Igumbi lami lidinga ukuhlanzwa
Ngingaxhumana kanjani nabazonginika ulwazi?
Sikuphi isitolo esithengisa igilosa?
Sikuphi isibhedlela?
Ngingayitholaphi indawo yokudlela?
Likuphi ibhange?
Ufika kanjani ogwini?
Kukude kangakanani ukufika ogwini?
Ngizobuyela ekhaya kusasa
Ngikuthokozele ukuhlala la
Ngizovakasha futhi