Nolwazi Mabena
Ngifuna ukuya ezitolo
Ngiya ezitolo
Ngiyothenga igilosa
Ngiyothenga isinkwa
Ngiyothenga izimpahla zokugqoka
Ngiyothenga izimpahla zokugqoka zasehlobo
Ngiyothenga izimpahla zokugqoka ezifudumele
Ngiyothenga izimpahla zokugqoka zasebusika
Sikuphi isitolo esiseduze esithengisa igilosa lapha edolobheni?
Sikuphi isitolo esiseduze esithengisa izimpahla zokugqoka lapha edolobheni?
Zitholakaphi izinkwa?
Itholakalaphi imifino?
Izimpahla zokugqoka zabantwana zingakuphi?
Izimpahla zokugqoka zabantu abadala zingakuphi?
Sibiza malini isinkwa?
Libiza malini iwolitshi?
Libiza malini lebhodlela lebisi
Sibiza malini lesi sichathulo?
Libiza malini lebhantshi ?
Ibiza malini lengubo?
Ngizolinganisa lena
Ngingathanda ukulinganisa lengubo
Ngingathanda ukulinganisa lezichathulo
Ngingathanda ukulinganisa leli bhantshi
Ziyangifanela lezi zichathulo?
Iyangifanela lengubo?
Iyakufanela lengubo
Siyakufanela lesi sichathulo
Lusasiphelele ubusi okwamanje
Sisaphelelwe amawolitshi okwamanje
Asasiphelele ama-apula okwamanje
Zisasiphelele izichathulo okwamanje
Kubiza kancane
Asibizi kakhulu isinkwa
Lezi zichathulo azibizi kakhulu
Lengubo ayibizi kakhulu
Kuyathengeka
Angeke ngikhone ukukhokhela lokho
Kumba eqolo
Kumba eqolo kakhulu
Ama-apula amba eqolo
Amawolitshi amba eqolo
Izichathulo zimba eqolo
Ingubo imba eqolo
Ngicela ungene emugqeni
Usemgqeni na?
Ngicela ushekhasi?
Ngicela omunye ushekhasi?
Ngicela noma olunjani usizo ngokupakisha
Ungathanda ukubhadala kanjani?
Ngingathanda kubhadala ngemali
Ngingathanda ukubhadala ngesikweletu
Ngiyabonga ngoncedo lwakho