Nolwazi Mabena
Ubani igama lakho?
Igama lami uSphamandla
unegama elihle
Uneminyaka emingaki?
Ngineminyaka engamashumi nambili
Iyiphi intandonokazi yakho ekudleni?
Intandokazi yami yokudla umdoko
Asihlangane endaweni yokudlela
Asihlangane namuhla ngehora lokuqala
Ngijabulile kuhlangana nawe
Ngijabulile nami kuhlangana nawe
Kuhle ukuhlangana nawe
Kuhle ukuhlangana nawe futhi
Yini ulimi lwakho lwebele?
Ulimi lwami isiZulu
Ukhuluma luphi ulimi?
Uyasikhuluma isingisi?
Ngikhuluma isingisi
Angikwazi ukukhuluma isingisi
Uhlala kuphi?
Ngihlala eThekwini
Usebenzaphi?
Ngisebenza kwa Google
Ufunda kuphi?
Ngiyisitshudeni sase-UNISA
Ngicela izinombolo zakho zocingo
Inombolo yami yocingo ithi 0123456789
Asihlangane futhi kusasa
Asihlangane kusasa futhi nge hora lesithathu
Ngiyathemba sohlangana futhi