Nolwazi Mabena
Angizizwa kahle
Ngiyagula
Ngigula kakhulu
Nginomkhuhlane
Ngiphethwe ikhanda
Ngihanjelwa isisu
Ngiyahlanza
Ngiyopha
Ngizilimazile
Umlenze wami ulimele
Ngilunywe inyoka
Ngintinyelwe inyosi
Ngintinyelwe ufezela
Ngihlaselwe yinja
Nginesifo soshukela
Nginesifo seMalariya
Izinga lami lokushisa nokubanda liphezulu
Unkosikazi wami akazizwa kahle
Indodakazi yami ayizizwa kahle
Indodana yami iphethwe ikhanda
Ngicela ushayele I-ambulensi ucingo
Kumele ngiye esibhedlela
Kumele ngiye emtholampilo
Kumele ngiye ekhemesi
Ngidinga udokotela
Ngidinga udokotela wamazinyo
Udokotela unginikeze umuthi
Udokotela uthe ngingayi emsebenzini
Uzizwa unjani namuhla ?
Uyabancono kodwa ?
Uyiphuzile imishanguzo yakho?
Imishanguzo yami ngiyiphuza kathathu ngelanga
Ngidla ukudla okunomsoco
Ngiba ncono
Ngizizwa ngikahle
Ngizizwa ngincono kakhulu namhlanje
Inxeba lami liyaphola
Inxeba lami selipholile