Nolwazi Mabena
Ngilambile
Ngomile
Indodakazi yami ilambile
Indodakazi yami yomile
Nginesifiso sokudla namuhla
Ngifuna ukuphuza ikhofi
Ngifuna ukuphuza itiye
Ngifuna ukuphuza ijusi
Ngidla isidlo sasekuseni
Ngithokozela isidlo sami sasekuseni
Ngiphuza ikhofi
Ngiphuza itiye
Ngiphuza ujusi wewolitshi
Ikhofi lami ngilithanda nobisi olushisayo
Ikhofi lami ngilithanda noshukela
Ngifuna isinkwa namaqanda
Ngidla isinkwa namaqanda
Ngithokozele ukudla kwanamuhla kwase kuseni
Ngidla isidlo sasebusuku
Ngidla isidlo sasebusuku nomngani wami
Ngifuna ukudla isidlo sasebusuku nawe
Ngifuna ukudla isidlo sasebusuku nomndeni wami
Ngifuna ukudla isidlo sasebusuku nomkami
Ngifuna ukudla ilayisi nenyama yenkukhu
Ngifuna inyama yenkomo nemfino
Ngifuna ukudla imfino kuphela ngesidlo sasebususku
Ngicela unginikeze ingilazi yamanzi
Ngicela ingilazi yamanzi adungekile
Lenyama imnandi
Lenyama yenkukhu imnandi
Lokudla kumnandi
Ngikuthokeze ukudla kwasebusuku
Ngiyabonga ngesidlo